Learning Zulu

  • Hi, I live in Jo'burg, and am interested in learning Zulu. Can anybody help?

    17 Mar 2006, 12:41 Anonymous
These Forums are no longer active. To post a new discussion, please visit our new South Africa Forums.

Replies

  • Zulu

    Try the library. 1. Ad boards 2. Language Lab. Look in news papers:Record, Junk Mail.
    Try Wits or RAU library. You can take tapes or CD's out (not interactive) but will help with vobac. Go to exclusive books/IC(Inter---Connection) and look for computer program. Good luck.

    Anonymous 28 Mar 2006, 12:44 - Report
  • zulu

    i am trying to learn zulu too..give me pointers

    kayla 16 Feb 2008, 10:48 - Report
  • Zulu

    I want to learn isiZulu too. Do anybody know a good webside?? Or maybe a good software?
    I just fond vocabulary...but no grammar...sad

    Please write if you can help me!

    Thx Ene

    Ene 02 Apr 2008, 10:23 - Report
  • can not understand

    People!! Please help translating the phrase: Sthandwa sami ungakhali

    Lena 04 Apr 2008, 06:20 - Report
  • south africa

    Living in the united kingdom, however, i am currently in the process of applying to university in south africa, any advice?

    Tom 13 Apr 2008, 01:42 - Report
  • hey

    i can help you learning to speak zulu.

    khk 17 Aug 2008, 06:46 - Report
  • clan names..... izithakazelo

    hi, i want help with compiling praises for zondi clan.. any1 with help can email me at [email removed]

    mlu 14 Oct 2008, 11:06 - Report
  • Universities in SA

    Hi Tom

    Have you managed to enroll to a University or do you still need some help? If so, please mail me at [email removed]

    Mariette 14 Oct 2008, 12:10 - Report
  • izihlobo

    USthole uhlobene ngani noMthembu

    Jobe 11 Nov 2008, 01:12 - Report
  • reply

    sthandwa sami ungakhali means--- my loved one dont' cry!

    anda 20 Nov 2008, 06:04 - Report
  • MHLONGO

    CAN YOU GIVE ME THE IZITHAKAZELO OF MHLONGO SURNAME

    THAPELO 26 Dec 2008, 03:23 - Report
  • Izihlobo

    Isithakazelo sika Sithole:
    "Nkundlande Jobe Kamatshana Mondise, Mthembu wase Gubase Mbhebheni"

    Isithakazelo sika Mthembu:
    "MTHEMBUMvelase owavela Enyandeni Jama Wehlela ensimini yakwaMabaso wathi gingci wathi gonco.Mnisi wemvula ilanga libaleleNdabezitha, uNdaba akawadli amathibane, angawadla indlala IwileGabadela owagabade inkundla yakwaBulawayoUtshani abushi busha ngokubhebhezelaKhuluse omuhleNgozaNyandeni"
    Somehow Mthembu is also related to Mnisi and Mabaso.

    Mvuleni 07 Jan 2009, 08:44 - Report
  • Mhlongo

    Makhedama, Bhebhe, Njomane kaMgabhi eyaduka iminyakanyaka, yatholakala ngowesine. Makhula emini amanye bekhula ebusuku. Wena waseLangeni.

    I only know up to this far.

    Mvuleni 07 Jan 2009, 08:46 - Report
  • clan names..... izithakazelo

    hi, i need help with compiling praises for Sithebe clan.. any1 with help can email me at [email removed]

    Thembisile 22 Jan 2009, 01:47 - Report
  • izithakazelo

    i would be happy when given izithakazelo zo njomane

    sello charles mhlongo 01 Feb 2009, 06:23 - Report
  • MBONA

    CAN U GIVE ME IZITHAKAZELO ZAKWA-MBONA

    S'busiso 10 Feb 2009, 02:33 - Report
  • Zondi

    Nondaba, Gagashe

    Shimane Mashigo 17 Feb 2009, 10:16 - Report
  • IZITHAKAZELO

    CAN SOMEONE PLEASE TELL ME IZITHAKAZELO ZAKWA-TEMBE PLUS NEZAKWA-MBATHA.

    IS THERE ANY RELATIONSHIP BETWEEN UTEMBE NOMVELASE?

    HLENGIWE 17 Feb 2009, 11:10 - Report
  • HI

    NGICELA ONOLWAZI LWEZIBONGO ZAKA DUBE ANGITHUMELELE ZONA KULE EMAIL ADDRESS,[email removed]. NGOBONGA KAKHULU UMA KUKHONA ONGASIZA.

    ZIMANZILE DUBE AT ZIMANZILE@GMAIL.COM 18 Feb 2009, 01:37 - Report
  • Jwaha

    Jwaha Theleza,Ndawondo, Mazawuzawu,Mayaha, Mbhele , Bhele laseLenge, Bhele elabheminca (sithi inca nje siyahloniphisa), Mathandwa kubongwa

    Nkanyiso Jwaha 20 Feb 2009, 08:46 - Report
  • IZITHAKAZELO

    CAN SOMEONE PLEASE TELL ME IZITHAKAZELO ZAKWA-TEMBE.

    HLENGIWE 23 Feb 2009, 09:19 - Report
  • Izithakazelo

    Can some one tell me izithakazelo zaka kanye

    Simiso 26 Feb 2009, 08:14 - Report
  • my reply

    njomane, bhebhe

    smangele myeza 09 Mar 2009, 02:19 - Report
  • myeza

    to anyone owazi izithakazelo zakwaMyeza, ngicela angisize

    Smangele Myeza 09 Mar 2009, 02:28 - Report
  • myeza

    to the one who have the reply on izithakazelo zakwa myeza. plz reply to [email removed]

    smangele myeza 09 Mar 2009, 02:32 - Report
  • help a sister

    I am in the process of learning Zulu and i need people who i can communicate with in Zulu so that i can improve and know more. Halla at [email removed].

    Ngiyabonga kakhulu

    May 13 Mar 2009, 07:42 - Report
  • help a sister

    I am actually frm Namibia................if anyone is willing to help me out with learning Zulu, pls try to be honest n help me with truthfulness. I will be waiting. [email removed]

    May 13 Mar 2009, 07:50 - Report
  • ISIZULU

    Fom PMB I OFAER SOME HELP CALL ME AT 0780201467 OR MY POBOX 10 STEAND LANE PMB 3201

    FREEMAN 14 Mar 2009, 01:27 - Report
  • izithakazelo

    dlamini

    thulani 15 Mar 2009, 06:46 - Report
  • izithakazelo

    noma ubani owazi izithakazelo zakwa Bethwana or imvelaphi yabantu bakwa Bethwana

    Uzzie 17 Mar 2009, 12:56 - Report
  • reply

    mhlongo; njomane; bhebhe; wena owabhebhela umuntu etsheni laze laqhephuka.

    smangele myeza 24 Mar 2009, 04:26 - Report
  • new reply

    makhedama; njomane kamgabhi eyaduka iminyakanyaka yatholakala ngowesine. makhula emini abanye bekhula ebusuku. bhebhe; wena owabhebhela umuntu etsheni laze laqhephuka. wena owaselangeni!!!!

    anonymous 24 Mar 2009, 04:33 - Report
  • Isithakazelo

    I would like to know isithakazelo sakwa Zamla

    Johanne 10 Apr 2009, 04:48 - Report
  • Izithakazelo zakwaZulu

    Iwud lyk 2 knw isithakazelo sakwa Zulu

    Silondiwe Zulu 11 Apr 2009, 04:21 - Report
  • Tembe, Mthembu

    Ngokwazi kwami uTembe indodana ka Mabhudu inkosi, inobukhosi kusukela kuleli elibizwa ngemozambique, kuze kufike e St Lucia, ngokuxabana kwabelungu British and Portugees, the land was divide abanye bathiwa bakwazulu abanye emozambique, UMabhudu wayenamadodana amabili enye uTembe enye Madinga obizwa ngoMthembu ngenxa yokubaleka lonaomdala wathatha umbuso kaMthembu uMadinga wase ethi UTembe, labantu abafowabo mabewelela eMozambique to trade toget better deals bazibiza ngegama lomfowabo omhkulu uTembe nalaba mabewelela kumbuso kaMadinga(Mthembu) bazibiza ngoMthembu, isithakazelo sikaMthembu uNdaba nesakwaTembe uNdaba Jama, kaMnisi, iNgonyama, kusho oMthembu, otembe bathi Ngolanyama okuthi ngonyama, umvelase uyingane kamthembu, bahamba phakathinezwe base belwa nezizwe ezinye ezincane bakhulisa umbso wabo kwazalwa oMvelase noNgozo no Qhudeni kwanabela nasemaxhoseni, noMkhulisi, sonke singabakwa Mabhudu inkosi yethi eyathathelwa ubukhosi ngabamhlophe banikwa uZulu, singabenguni nathi.

    Bongani Mshokobezi Mthembu Tembe 15 Apr 2009, 12:51 - Report
  • interested in learning Zulu

    I can help you, please send the email to get you full contact and make arrangements.

    Mshokobezi 15 Apr 2009, 12:57 - Report
  • Dlamini

    Dlamini: Nkosi, Sibalukhulu, Mlangeni

    Mshokobe 15 Apr 2009, 01:04 - Report
  • Sthandwa sami ungakhali

    Means my love don't cry, consolation from your loved one, pleading you to be at peace.

    Mshokobezi 15 Apr 2009, 01:11 - Report
  • Mbatha and Mthembu

    Ngokuqonda enginakho, akukho ukuhlobana, kuphela nje, kukhona uNdaba kwaMthembu kukhona uNdaba, nakwaMbhatha kunjenge gama elandile examples:
    1. Ndaba: Manqele, Sibhene, Madela, Mhlungu, Mthiyane 2.Sibiya: Ndaba, Sotobe 3.Ndaba: Manqele, Sibhene, Madela, Mhlungu, Mthiyane.

    Ngethemba ucacele, just a common name.

    Mshokobezi 15 Apr 2009, 01:30 - Report
  • Mhlongo

    Ngimzwile omunye ophendulile, ngikuthatha kulichilo ukuphoxa, mina izithakazelo engizaziyo yilezi, futhi zisezincwadini zicwencwengekile.

    Mhlongo: Njomane, Langeni, Mgabhi, Makhedama, Khuyameni

    Mshokobezi Bongani Mthembu 15 Apr 2009, 01:42 - Report
  • myeza

    Ngethemba uzosizakala,

    Myeza: Ndengezi, Msokazi, Mzukwuse, Dimbane, Mpangele.

    Mshokobezi 15 Apr 2009, 01:59 - Report
  • Mhlongo

    Ngimzwile omunye ophendulile, ngikuthatha kulichilo ukuphoxa, mina izithakazelo engizaziyo yilezi, futhi zisezincwadini zicwengekile.

    Mhlongo: Njomane, Langeni, Mgabhi, Makhedama, Khuyameni

    Mshokobezi Bongani Mthembu 16 Apr 2009, 09:14 - Report
  • Mthembu,Tembe, Mabuza

    Mangibonge kuMthembu akucacisile ngenhla, uTembe, igama elenziwe isibongo, abanye sebenza okungathi isizwe, njengoZulu igama elenziwa laba isizwe, lokhu kungenxa yokuthi iNkosi esuke ibusa inamandla angakanani ukuguqula izinto, Laba oTembe(Makhasane) bazalwa uMabhudu wesibili, kukhona uMabhudu wokuqala, lona owayebizwa ukuthi uLuBombo, njengoba sinezintaba namhlanje ezithiwa ,iLeBombo mtn, mazifika eKZN zithiwe, uBombo,zibuye ziguqukeke kuya ngendawo zithiwe iLipompo, LeNkosi inkulu, yasuka noMalandela enhla nezwe, inamandla okuzingela izindlovu, nobhejane nezimvubu,nezinye izinyamazane, befor 17 century, yase izala uMthonga owabusa kusuka, endaweni ebiza impumalanga, owazala yena uSabi,Suthu, uma wazi kukhona umfula obizwa Sabi river,omunye uSuthu. lonake uMabuza, umfowabo omcane ka Madinga benoTembe, bona banikwa indawo yaseMseleni, oMadinga(Mthembu)indawo yabo yanikwa, oNgwanase Tembe, ngenxa yokuhlonipha ukuthi umnewabo omkhulu, ebalekela amaPutukezi, wahla esihlalweini, sikaMadinga, endaweni eseyibiza ukuthi kukwangwanase, ukuyindawo kuqala uyayibizwa ngeMaputaland, okusho ukuthi Mabhudu behluleka uku pronouncer kahle, oMabuza bazibiza ngoMabuza ngoba bengafuni bona ukubizwa ngoTembe, okuyigama lomfowabo omdala, bangoMabuza, abakwaZinyane leNdlovu, ziyabhukuda ezikaMlamulankunzi, kungakho kukhona indawo okuthiwa kukwaMlamula,

    Bayede Mabhudu, osekuthiwa aMathonga Nguni.

    Phekulazikhuni, Mabuza asabele. 16 Apr 2009, 10:28 - Report
  • sanibonani

    Ngicela ningisize ngesithakazelo sakwa NKOSI.ngizwa KUTHIWA "nkosi dlamini wena owaqedza libombo ngokuhlehletelwa"

    EUNICE 23 Apr 2009, 06:51 - Report
  • please send me isithakazelo sakwa ngwenya

    please send me isithakazelo sakwa ngwenya

    mduduzi 26 Apr 2009, 01:51 - Report
  • please send me isithakazelo sakwa ngwenya

    please send me isithakazelo sakwa ngwenya

    mdu 26 Apr 2009, 02:06 - Report
  • Izithakazelo zakwaMabaso

    Ngicela ningisize ngezithakazelo zakwaMabaso, ngiyokhonga manje ngifuna ukuqiniseka ukuthi ngizisho right.

    Nommy 28 Apr 2009, 02:05 - Report
  • Msomi

    Ngicela izithakazelo zakwaMsomi

    MaLanga 30 Apr 2009, 02:31 - Report
  • isizulu

    yes am interested to teach you

    Themba 03 May 2009, 11:25 - Report
  • Mabaso

    The little that I know is, Mabaso: Mntungwa, Shawuke, Mbulazi.

    From: Mandla - [email removed]

    Mandla 03 May 2009, 09:20 - Report
These Forums are no longer active. To post a new discussion, please visit our new South Africa Forums.